Hudební video

Nabízeno v

Kredity

AUSFÜHRENDE KÜNSTLER:INNEN
Kwesta
Kwesta
Künstler:in
Tshego AMG
Tshego AMG
Künstler:in
Thee Legacy
Thee Legacy
Künstler:in
Neo Makwa
Neo Makwa
Künstler:in
KOMPOSITION UND LIEDTEXT
Senzo Vilakazi
Senzo Vilakazi
Komponist:in
Neo Makwa
Neo Makwa
Komponist:in
Tshegofatso Teffo
Tshegofatso Teffo
Komponist:in
PRODUKTION UND TECHNIK
Neo Makwa
Neo Makwa
Produzent:in

Texty

Ngadla mina masakana
Awu mama wabantabami
Mina ngiwubaba wezingane zakho
Bangicelela KaZungu (Yelele ma)
Bakucela KaKhumalo (Yelele ma)
Bangicelela KaZungu (Yelele ma)
Bakucela naKaShandu (Yelele ma)
Bakucela ngoba isiko (Yelele ma)
Benzela UMfananana (Yelele ma)
Ngay'celela ke mina (Yelele ma)
Ngay'khethela wena, and
Khethile khethile (Ungowami)
Khethile khethile (Ungowami)
Khethile khethile (Khethile khethile)
Khethile khethile (Khethile khethile)
Khethile khethile
Hay phela ngikwazi kahle
Ntombazane ndini, ngikuthanda ngize ngidlule abangakini
Ngakuthanda zibekwa ngik'geja nango-kiss
Ngakuthandazela ngicel'inkosi ufike
Wancika wathi gci
Ngakucika wathi mncwi
Zacisha izibani cwi
Ayi kanti kuyangigcina
Ngaswisha wathi tsi
Asithembe ukuthi uyabona
Ukuthi angizanga ngokuningi
Ngikuphathele nje isibongo
Angifuni omunye umuntu
Aw' ngibona wena wedwa
Liyofika lelosuku ngizokulobola wena babe
Ugqama okwenkanyezi
Ukhanya okwelanga (Khethile khethile)
Ngotshela nomalume ngisitholile isithandwa sami
Bangicelela KaZungu (Yelele ma)
Bakucela KaKhumalo (Yelele ma)
Bangicelela KaZungu (Yelele ma)
Bakucela naKaShandu (Yelele ma)
Bakucela ngoba isiko (Yelele ma)
Benzela UMfanana (Yelele ma)
Ngay'celela ke mina (Yelele ma)
Ngay'khethela wena, and
Khethile khethile (Yelele ma, ungowami, yelele ma)
Khethile khethile (Yelele ma, ungowami)
Khethile khethile (Khethile khethile)
Khethile khethile (Khethile khethile)
Khethile khethile
Hayi
Hayi kuyashuba namhlanje
Lilizela ke gogo
Mus'ukukhala we mama
Busiseka ngelosi inkosi ikwazi ngegama
Ngibonga uma owakuzala
Ngibonga ubaba owakondla
Ngibonga namandla wakho kulezimpi esay'nqoba
Buka phela wesisi
Ngifuna plenty o' kids so
Shumayela mfundisi ngizovula iveyili ngim-kiss-e
Asikaqedi my love
Nalendawo asikayazi
Kodwa ke sizobonisana wena MaVilakazi
Awu helele mama (Haibo)
Bangicelela KaZungu (Yelele ma)
Bakucela KaKhumalo (Yelele ma)
Bangicelela KaZungu (Yelele ma)
Bakucela naKaShandu (Yelele ma)
Bakucela ngoba isiko (Yelele ma)
Benzela UMfanana (Yelele ma)
Ngay'celela ke mina (Yelele ma)
Ngay'khethela wena, and
Khethile khethile (Yelele ma, ungowami, yelele ma)
Khethile khethile (Ungowami)
Khethile khethile (Khethile khethile)
Khethile khethile (Khethile khethile)
Khethile khethile
Dali wami sthandwa sami lovey wami bambo lwami
Ungowami ngingowakho woza baby, woza baby
Dali wami sthandwa sami lovey wami bambo lwami
Ungowami ngingowakho woza baby, woza baby
Dali wami sthandwa sami lovey wami bambo lwami
Ungowami ngingowakho woza baby, woza baby
Dali wami sthandwa sami lovey wami bambo lwami
Ungowami ngingowakho woza baby, woza baby
Aw yelele ma
Yelele ma
Yelele ma
Sofa silahlane (Haibo)
Sofa silahlane
Vilakazi
UMhlwehlwe odume njengezulu
Siyabonga
Written by: Chuene Marakalala, Neo Makwa, Senzo Vilakazi, Tshegofatso Teffo
instagramSharePathic_arrow_out